Ngiyabuza, Bakwethu!
KwaMachanca/eJalimane, 21.04.2015: Ngiyangena-nje, ngivela emlindelweni ebesinawo lapha kwelomkhulu lakithi eBerlin, lapho abanye bethu – izakhamizi ezidabuka eAfrika – besihlangene khona ngomkhuleko wesililo nokukhalelana ngezidumbu ebezisele zidindilizile kulezi zinsuku kuhlaselwa abokufika eThekwini, eGoli nasezindaweni ezinye kwelaseNingizimu-Afrika. Isililo sikhulu – sinzulu – nangapha. … weiter / qhubeka lapha »





![uNonhlanhla [16]: Baphi oMama noBaba eThekwini?](https://www.benkhumalo-seegelken.de/wp-content/uploads/Lubi-uchuku-nomona-nobudlova-100x100.jpg)

