Aktuelles

Ben in Suedafrika

… abhandengekommen

 Es fehlt Europa nicht an Mitteln, das Sterben von Fliehenden und Geflüchteten zu verhindern. Es fehlt der Wille zu helfen. Der Humanismus, den wir Europäer andere gern lehren, ist uns abhandengekommen, meint die Journalistin Kordula Dörfler* in einem Leitartikel einer … weiter / qhubeka lapha »

Ngiyabuza, Bakwethu!

KwaMachanca/eJalimane, 21.04.2015: Ngiyangena-nje, ngivela emlindelweni ebesinawo lapha kwelomkhulu lakithi eBerlin, lapho abanye bethu –  izakhamizi ezidabuka eAfrika  –  besihlangene khona ngomkhuleko wesililo nokukhalelana ngezidumbu ebezisele zidindilizile kulezi zinsuku kuhlaselwa abokufika eThekwini, eGoli nasezindaweni ezinye kwelaseNingizimu-Afrika. Isililo sikhulu – sinzulu – nangapha. … weiter / qhubeka lapha »

SIYALILA – CONDOLENCE

 SIYALILA     –    CONDOLENCE Siyalila, sizwelana nezintandane nabafelokazi kwelaseThekwini nakwelaseGoli nasezindaweni eziningi eNingizimu-Afrika, abakwabo nabakubo ababulewe ngenkathi izixuku nabashosozeli bazo zibahlasela, zibashaya, amanye amakhaya abo zawaphundla, zawadiliza, zawashisa, zigqugquzela ukuthi baphindele emazweni ababekade bebaleké kuwo. [>> umbiko wababelapho] Abalinyaziwe nababulewe bebeqhamuka … weiter / qhubeka lapha »

TRAUER

Wir trauern mit den Waisen und Witwen in den Regionen um Durban, Johannesburg und anderen Orten in Südafrika, deren Angehörige in diesen Tagen getötet wurden, als aufgehetzte Menschenmengen sie attackierten und schlugen, viele ihrer Unterkünfte plünderten, zerstörten und anzündeten und … weiter / qhubeka lapha »

isiNyathelo esiSha

eThekwini 17.04.2015: Udweshu namuhla nayizolo oluxozomisé lwahlukumeza abaningi kwabokuhamba abakhosele kwelakithi belukade ludunguké eThekwini nasemaphethelweni, lwedlulela kwezinye izindawo esiFundazweni sakwaZulu-Natali, lwaze lwafika kwelaseGoli [eGauteng], lwashiya umzila wezidumbu nowezinkubela kanye nendumalo nokudikibala nethukuthelo.  Lolu dweshu siyethemba ukuthi luzohamba luhambe ludambe, luxole; … weiter / qhubeka lapha »

uNonhlanhla [16]: Baphi oMama noBaba eThekwini?

 Baphi abaZali  – oMama noBaba? kubuza uNonhlanhla  Sibisi [16], oPhongolo* Ngangifuna ukuthi ngelinye ilanga uMama noBaba kebavakashe nathi eThekwini, ngizibonele ubuhle bedolobha elikhulu, mhlawumbe kengizikhulumele, ngizixoxele nabahlala khona nasemaphethelweni.  Sengiyesaba manje! Ezindabei namuhla nayizolo sizwa ngobubi nobudlova obubhoké khona, sibona … weiter / qhubeka lapha »

KHULUMANI: Brutal Xenophobic Attacks in eThekwini

KHULUMANI DECRIES THE BRUTAL XENOPHOBIC ATTACKS ON THOUSANDS OF FOREIGN NATIONALS IN ETHEKWINI MUNICIPALITY             A Khulumani-associate and friend, Mr Bonginkosi Ntusi, Director of the Africa Care Foundation, lives in uMlazi-township in Durban and has been keeping Khulumani aware of … weiter / qhubeka lapha »

amaBizo | Namen | Names

     Amagama abafana nawamantombazana ekukhuleni kwami Rufnamen von Jungen und von Mädchen in meiner Kindheit First Names of Boys and of Girls in my Childhood Yimaphi engisawakhumbulayo?  |  An welche erinnere ich mich noch? Which do I still remember?  I uSizwe [Volk.  … weiter / qhubeka lapha »

WordPress Cookie Hinweis von Real Cookie Banner