abazukulu bethu – oJonatani

MaNtungwa!

Sihle isibonelo enasinika sona ekuzalweni komzulu wethu, uNtsika, sokuthi nimethe ibizo elidumisa uyisemkhulu, uNtabayezulu osizalayo – nametha nathi unguJonatani = Jonathan.

Ngiyasithakasela leso sibonelo; ngiyasemukela, ngizoqhuba ngaso nami: Wonke umzukulu wami oyintombazane, ngimetha elidumisa uninakhulu, uMaZungu osizalayo – ngimetha ngithi unguNdindi = Catherine; wonke umzukulu wami ongumfana, ngimetha elidumisa uyisemkhulu, uNtabayezulu osizalayo – ngimetha ngithi unguJonatani = Jonatan:

uKonrad Jonatan kaSibusiso Khumalo

Mashobana!

Ein Kommentar zu diesem Artikel bisher »

Kommentare zu »abazukulu bethu – oJonatani«

Kommentieren

Hinweis: Mit der Nutzung dieses Formulars erklären Sie sich mit der Speicherung und Verarbeitung Ihrer Daten durch diese Website einverstanden. Wir speichern keine IP-Adressen bei Kommentaren.
Bitte beachten Sie die Datenschutzerklärung.

Erlaubtes XHTML: <a href="" title=""> <abbr title=""> <acronym title=""> <b> <blockquote cite=""> <cite> <code> <del datetime=""> <em> <i> <q cite=""> <s> <strike> <strong>