Kusinwa kudedelwana!

kusinwa kudedelwana

EMZABALAZWENI WENKULULEKO  nasemkhankasweni  wokuphemba  umphakathi  omusha  okhuthalele  ukwazisana nokubonelelana – ubuNtu – kwelakithi, eNingizimu-Afrika entsha, ngenqubo yombuso wentando yeningi

u M s h o l o z i

uyibekile induku ebandla.

UMongameli uCyril Ramaphosa noMnumzane uJacob Zuma obekade enguMongameli beseTuynhuys zili-16.02.2018

0

„UHlanganangaye, uPhunyukabemphethe!
Ngimthand‘ enqob‘ uMbhek‘ enkantolo eMgungundlovu
kwaze kwenanela nezincelebane zonkana, oMalema bonkana;
kwatatazela nezimfelamona jikelele;
aMazemtiti noBasi bawo babhincela nxanye!

…. (inkondlo iyaqhubeka)

Nxamalala!

nguBheni kaMkhulunyelwa noMaZungu wakwaKhumalo eBaQulusini
eseKhaya/eJalimane [Dr Ben Khumalo-Seegelken]
14.02.2018.

 

Kein Kommentar zu diesem Artikel bisher »

Kommentieren

Hinweis: Mit der Nutzung dieses Formulars erklären Sie sich mit der Speicherung und Verarbeitung Ihrer Daten durch diese Website einverstanden. Wir speichern keine IP-Adressen bei Kommentaren.
Bitte beachten Sie die Datenschutzerklärung.

Erlaubtes XHTML: <a href="" title=""> <abbr title=""> <acronym title=""> <b> <blockquote cite=""> <cite> <code> <del datetime=""> <em> <i> <q cite=""> <s> <strike> <strong>