ULWAZI: AbakwaMngwengwe – amaHlubi

Ukuchitheka kwemizi ezikhathini zesomiso esandulela impi yaseNdondakusuka, nokusabalala kwayo igudla uKhahlamba, yewukela emathafeni aseMkhambathini, esihoxeni sakwaGwegwe, ezihlabathini zolwandle, kwavezela ingcosana eyayisasele ithutshana lokukhosela nokuphemba amakhaya emasha, okwathi nasemuva kokukhothama kweNkosi uCetshwayo [1884] kwagcina kubonakele ukuthi sekuyobangcono ukuzama ukuzinza emanxiweni amasha kunokuzama ukubuyela kwelaseMaHlutshini, lapho kwakusukwé khona. AbakwaHadebe nabakwaHlubi bamnyombo munye nabakwaMngwengwe. [Bheka > IZITHAKAZELO]:

NguBheni kaMkhulunyelwa noMaZungu wakwaKhumalo eBaQulusini
ekwaMachanca eJalimane [Dr Ben Khumalo-Seegelken]

Kein Kommentar zu diesem Artikel bisher »

Kommentieren

Hinweis: Mit der Nutzung dieses Formulars erklären Sie sich mit der Speicherung und Verarbeitung Ihrer Daten durch diese Website einverstanden. Wir speichern keine IP-Adressen bei Kommentaren.
Bitte beachten Sie die Datenschutzerklärung.

Erlaubtes XHTML: <a href="" title=""> <abbr title=""> <acronym title=""> <b> <blockquote cite=""> <cite> <code> <del datetime=""> <em> <i> <q cite=""> <s> <strike> <strong>

WordPress Cookie Hinweis von Real Cookie Banner