thina beSisu sikaMaZungu neNzalo yethu
Yithi sobahlanu-nje esisasele kwabakwethu:
uAzi [*1941]
noMfan’vele [*1942]
noBheni [*1950]
noBongani [*1952]
noThoko [*1959]
emva kokuba sebasihambela phambili abakwethu:
- odadewethu abasishiya bezalwa-nje ngokwelamana kwabo – uMakhosazana [+1946] uDingana [+1947] noDuduzile [+1949]–,
- umafungwase wakwethu udadewethu uMamile [+1995],
- umfowethu uSizwe [+1994],
- umfowethu uMbuso [+1997]
- nothunjana wakwethu uNomusa [+2006].
Abazali bethu basikhulisa, basondla, basifundisa, basihluphekela, basizabalazela; esiyikho namuhla, sibonga bona ngakho: SIBUSISEKILE.
Abantwabethu nemindeni yabo sibafisela umusa nezinhlanhla nezibusiso.
AMaNtungwa | AbakwaKhumalo.
*
WIR LEBEN
Wir, Kinder von MaZungu und unsere Nachkommen
Nur noch wir fünf von den Kindern MaZungus leben noch:
AZ [*1941]
Richard [*1942]
Ben [*1950]
Bongani [*1952]
Thoko [*1959]
nachdem uns vorausgegangen sind:
- °unsere drei Schwestern, die als Säuglinge nacheinander davon gegangen sind – Makhosazana [+1946] Dingana [+1947] und Duduzile [+1949]–,
°unsere sehr besondere Schwester Mamile [+1995],
°unser Bruder Sizwe [+1994],
°unser Bruder Mbuso [+1997],
°und unsere jüngste Schwester Nomusa [+2006].
… …
Unseren Kindern und deren Angehörigen wünschen wir Gutes, Segen und Glück.
AMaNtungwa | AbakwaKhumalo.
Kommentieren